Zandie Khumalo - Akwanele (feat. ft Lindani)

Mangibheka lapho ungithathe khona
Ngiyawabona amandla akho
Zincane izibongo zami
Kunalo kho okuhle ongenzele kona

Akwanele, akwanele
Akwanele ukubonga kwam

Akwanele, akwanele
Akwanele ukubonga kwam

Akwanele, akwanele
Akwanele ukubonga kwam

Besengithi sekuvaliwe
Besengithi sekuphelile
Wafika empilweni yam
Besengithi ngeke salunga
Besengithi ngeke senzeka
Wafika wenza umehluko
Ngiyabonga, ngiyabonga
Ngiyamkela ukubonga kwam

Akwanele, akwanele
Akwanele ukubonga kwam

Akwanele, akwanele
Akwanele, ukubonga kwam

Akwanele, akwanele
Akwanele ukubonga kwam
Akwanele